Amadodana kaKohati : ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli; iminyaka yokuhamba kukaKohati yayiyiminyaka eyikhulu namashumi amathathu nantathu.
Amadodana ka-Uziyeli: ngoMishayeli, no-Elisafani, noSitri.
UMose wabiza oMishayeli no-Elisafani amadodana ka-Uziyeli, uyisekazi ka- Aroni, wathi kubo : Sondelani, nibasuse abafowenu ngaphambi kwendlu engcwele, nibakhiphele ngaphandle kwekamu.
Namadodana kaKohati ngemindeni yawo: o-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.
KwaKohati kwavela umndeni wama -Amramu, nomndeni wamaJisihari , nomndeni wamaHebroni , nomndeni wama-Uziyeli; yileyo eyimindeni yamaKohati.
Isikhulu sendlu kayise wemindeni yamaKohati siyakuba ngu -Elisafani indodana ka-Uziyeli.
Abanye babo, amadodana kaSimeyoni, abantu abangamakhulu ayisihlanu, baya entabeni yaseSeyiri benezinduna zabo oPhelathiya , noNehariya, noRefaya, no-Uziyeli, amadodana ka-Ishi.
Amadodana kaKohati: ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.
Amadodana kaKohati: ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli.
Amadodana kaBela : ngo-Esiboni, no-Uzi, no-Uziyeli, noJerimoti, no-Iri, beyisihlanu, izinhloko zezindlu zawoyise , amaqhawe anamandla , beyizinkulungwane ezingamashumi amabili nambili namashumi amatha thu nane, bebhalwe ngezizukulwane zabo.
kumadodana ka -Uziyeli: ngu-Aminadaba inhloko nabafowabo , beyikhulu neshumi nambili.
Amadodana kaKohati : ngo-Amramu, noJisihari, noHebroni, no-Uziyeli, bebane.
Amadodana ka-Uziyeli: nguMika inhloko noJishiya owesibili.
Amadodana ka-Uziyeli: nguMika; emadodaneni kaMika: nguShamiri.
KuHemani: amadodana kaHemani : ngoBukiya, noMathaniya, no-Uziyeli, noShebuweli, noJerimoti, noHananiya, noHanani, no-Eliyatha, noGidaliti, noRomamiti Ezeri, noJoshibekasha, noMaloti, noHothiri, noMahaziyoti;
Kuma-Amramu, nakumaJisihari, nakumaHebroni, nakuma-Uziyeli,
emadodaneni kaHemani : ngoJehiyeli noShimeyi ; emadodaneni kaJeduthuni: ngoShemaya no-Uziyeli.
Eceleni kwabo kwalungisa u -Uziyeli indodana kaHarihaya wabakhandi begolide. Eceleni kwakhe kwalungisa uHananiya wabathaki . Baliyeka iJerusalema kwaze kwaba soGangeni Olubanzi.