Sonke singamadodana andodanye ; singabantu abaqotho ; izinceku zakho aziyizo izinhloli.
Lowo muntu , inkosi yezwe , ukhulume kalukhuni kithina , wasishaya izinhloli zezwe.
Sase sithi kuye: Singabaqotho; asiyizo izinhloli;
nilethe kimi umfowenu omncane ; yikhona ngiyokwazi ukuthi aniyizo izinhloli kepha ningabaqotho, ngininike umfowenu, nihambe izwe.
Zase zibona izinhloli umuntu ephuma emzini , zathi kuye: Ake usikhombise intuba yokungena emzini, siyakukwenzela umusa.
UDavide wayesethuma izinhloli, wazi ukuthi uSawule ufikile impela.
Kepha u -Abisalomu wathuma izinhloli ezizweni zonke zakwa -Israyeli ngokuthi: Lapho nizwa ukukhala kwecilongo , anothi: U-Abisalomu uyinkosi eHebroni.
Bamqaphela, bathuma izinhloli ezizishaya abalungileyo ukuba bamhile ngezwi lakhe, baze bamkhaphele emandleni nasegunyeni lombusi wezwe.
Ngokukholwa, uRahabi isifebe , akabhubhanga kanye nabangalalelanga , esezamukele izinhloli ngokuthula.