Skip to Content

"ozonda"

10 occurrences in ZUL

Wena sikhulu esi ngenakuqonda nesicindezelayo , ozonda inzuzo engalungile uyakwandiza izinsuku zakhe.

Imbala ozonda ukwahlulela uyakubusa na ? Uyakumlahla olungileyo nonamandla

Umphefumulo wami sekukade wahlala naye ozonda ukuthula.

Uyahlupheka nokuhlupheka omela umfokazi , kepha ozonda ukunika isibambiso ulondekile.

Othanda ukulaywa uthanda ukwazi; ozonda ukusolwa uyisiwula.

Ukulaywa kukhulu koyishiya indlela; ozonda ukusolwa uyakufa.

Ohahela inzuzo uhlupha indlu yakhe, kepha ozonda imivuzo uyakuphila.

Ozonda mina uzonda noBaba.

kepha ozonda umzalwane wakhe usebumnyameni, uhamba ebumnyameni, akazi lapho eya khona , ngokuba ubumnyama buwaphuphuthekisile amehlo akhe.

Lowo ozonda umzalwane wakhe ungumbulali ; niyazi ukuthi akukho mbulali onokuphila okuphakade okuhlezi kuye.