Odlula nje ehlanganye la ukuxabana okungesikho okwakh e unjengobamba inja ngezindlebe zayo.
Bona abayikuphakamisa isaga nomfanekiso wemfumbe ngaye , bathi: Wo kuyena owandisa okungesikho okwakh e koze kube nini na ? -- nozisindisa ngezibambiso!
Kepha ukuhlakanipha sikukhuluma phakathi kwabapheleleyo , ukuhlakanipha kambe okungesikho okwalesi sikhathi nokwababusi balesi sikhathi, ababhubhayo.