Skip to Content

"wababuza"

9 occurrences in ZUL

UHezekiya wababuza abapristi namaLevi ngezinqwaba.

UJesu esefikile emaphandleni aseKesariya Filipi wababuza abafundi bakhe , wathi: Abantu basho ukuthi iNdodana yomuntu ingubani na?

Besabuthene abaFarisi, uJesu wababuza,

Wababuza wathi: Ninezinkwa ezingaki na? Bathi: Eziyisikhombisa.

UJesu wayesephuma kanye nabafundi bakhe , waya emizini yaseKesariya Filipi. Besendleleni, wababuza abafundi bakhe , wathi kubo : Abantu bathi ngingubani na?

Base beza eKapernawume . Kwathi esengene endlini , wababuza wathi : Beniphendulana ngantoni endleleni na?

Kwathi ekhuleka ngasesitha , abafundi babe naye ; wababuza ethi : Abantu bathi ngingubani na?

Waphinda wababuza wathi: Nifuna ubani na? Bathi: UJesu waseNazaretha.

Sebebalethile babamisa emphakathini; umpristi omkhulu wababuza,