Skip to Content

"ihlathi"

10 occurrences in ZUL

Ngokuba impi yahlakazeka khona ezweni lonke , ihlathi laqeda abantu abaningi ngalolo suku kunabadliwa yinkemba. Ukufa kuka-Abisalomu nokukhala kukaDavide

Njengomlilo oshisa ihlathi, njengelangabi elithungela izintaba,

ngazenzela amachibi amanzi ukuba kunisel we ngawo ihlathi lemithi emilayo.

Akuseyisikhashana nje iLebanoni lize liphenduke insimu , nensimu ithiwe ihlathi, na?

uMoya aze athululwe phezu kwethu evela phezulu , nehlane liphenduke insimu, nensimu ithiwe ihlathi.

Liyakuwisa isichotho , lize liwe ihlathi , nomuzi uyakuthotshiswa nokuthotshiswa.

Bagawula ihlathi lalo , usho uJehova , ngokuba alinakuhanjw a, lokhu bebaningi kunesikhonyane, bengenakubalwa.

uthi kulo ihlathi laseningizimu: Yizwa izwi likaJehova elithi : Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngiyakuphemba umlilo kuwe, udle yonke imithi eluhlaza kuwe nayo yonke imithi eyomileyo, ilangabi elivuthayo lingacimeki, kuhwamuke ngalo bonke ubuso kusukela eningizimu kuye enyakatho.

Hhewula, msayipuresi, ngokuba umsedari uyawa , ngokuba emihle iyachithwa; hhewulani nina ma -oki aseBashani , ngokuba ihlathi elingenakudatshulwa liyawa.

Lunjalo nolimi ; luyisitho esincane , kanti luyazigabisa kakhulu . Bhekani umlilo omncane uvuthisa ihlathi elingaka;