Skip to Content

"ibumba"

5 occurrences in ZUL

O ukuphendukezela kwenu ! Ibumba liyak ulinganiswa nombumbi yini , ukuze okwenziweyo kusho ngokwenzileyo ukuthi : Yena akangenzanga, na? noma okubunjiweyo kusho ngokubumbileyo ukuthi: Akanakuqonda, na?

Ukhona engimvusile esenyakatho , wafika, nasempumalanga, ukuba abize igama lami ; uyakwehlela phezu k wezikhulu njengaphezu kodaka , njengombumbi exova ibumba.

Wo kuye olwa noMenzi , udengezi phakathi kwezindengezi zomhlaba ! Ibumba liyakusho kolibumbayo ukuthi : Wenzani na ? nomsebenzi wakho ukuthi: Akanazo izandla, na?

Njengalokho izinzwani zezinyawo zaziyinsimbi inxenye , nenxenye ibumba, umbuso uyakuba namandla nganxanye , ngakwenye inxenye ube buthakathaka.

Zikhelele amanzi okuvinjezelwa , uqinise izinqaba zakho ; ngena odakeni , uxove ibumba, uqinise uhonela.