Vuka, Jehova! Nkulunkulu, phakamisa isandla sakho , ungakhohlwa abahluphekileyo.
Izakubahlulela abahluphekileyo kubantu , isindise abantwana babampofu , imphohloze onokhahlo.
Kepha ngithi kini : Kuyakuba ngcono kulo izwe laseSodoma ngosuku lokwahlulelwa kunakuwe. UJesu uyamdumisa uYise, emema abahluphekileyo beze kuye (Luk. 10:21)