ngomnyaka wamakhulu ayisithupha wokuhamba kuka Nowa ngenyanga yesibili ngosuku lweshumi nesikhombisa lwenyanga , ngalona lolo suku imithombo yonke yotwa yabhoboka, namafasitele asezulwini avuleka.
Imithombo yotwa namafasitele asezulwini kwavinjwa , imvula yasezulwini yaphela.
Lapho enza ukuba isibhakabhaka phezulu siqine , nemithombo yotwa iphuphume ngamandla,