bese kuthi ubumpofu bakho bufike njengomhambuma , nokuswela kwakho njengomuntu wesihlangu.
Dedisela kude nami okuyize namanga , unganginiki ubumpofu nengcebo , kepha ngiphe isinkwa engisimiselweyo,
Makaphuze akhohlwe ubumpofu bakhe, angabe esakhumbula usizi lwakhe.
bese kuthi ubumpofu bakho bufike njengomhambuma , nokuswela kwakho njengomuntu wesihlangu.
Isandla esinobudenge siveza ubumpofu , kepha isandla sokukhuthala siyacebisa.
Ubumpofu nehlazo kukuye onqaba ukulaywa , kepha onaka ukusolwa uyadunyiswa.