Lokhu kuyakuba yinsindiso yam i ukuthi ongenaNkulunkulu akezi phambi kwakhe.
Abaqotho bayethuswa yilokho; ongenacala uyavukela ongenaNkulunkulu.
ukuba kungabusi muntu ongenaNkulunkulu, abantu bacushwe.
Ngomlomo umuntu ongenaNkulunkulu ubulala umakhelwane wakhe, kepha abalungileyo bayakhululwa ngokwazi.