Skip to Content

"onesibindi"

7 occurrences in ZUL

naye onesibindi, onhliziyo yakhe injengenhliziyo yengonyama , uyakuphela amandla, ngokuba wonke u-Israyeli uyazi ukuthi uyihlo uyiqhawe , nabanaye bangamadoda anamandla.

Yayisisho inkosi u-Ahashiveroshi, ithi ku-Esteri inkosikazi: Ngubani lo, uphi yena onesibindi sokwenza lokho na?

Akakho onesibindi sokumvusa. Ngubani, pho, ongema phambi kwami na?

onesibindi phakathi kwamaqhaw e uyakubaleka z e ngalolo suku , usho uJehova.

Kwakungekho obengamphendula ngazwi ; emva kwalolo suku akwabe kusabakho muntu onesibindi sokumbuza lutho.

UJesu embona ukuthi uphendule ngokuqonda , wathi kuye : Awukude nombuso kaNkulunkulu. Akwabe kusabakho onesibindi sokumbuza. UMesiya nemvelo yakhe (Math. 22:41; Luk. 20:41)

Ukhona yini umuntu kini, uma enendaba nomunye, onesibindi sokumangala kwabangalungile, kungabi kwabangcwele, na?