Njengamanzi anyamalele elwandle, nomfula oshileyo ome,
Akakho ome meza ngokulunga , akakho owahlulela ngeqiniso ; bethemba kokuyize, bakhuluma amanga; bakhulelwe yingozi, bazala ububi.
Makufike ukusha phezu kwamanzi alo , aze ome , ngokuba yizwe elinezithombe ezibaziweyo, bahlanya ngemifanekiso yabo.
Waphendula uJesu , wathi kuye : Yilowo nalowo ophuza lawa manzi uyakubuye ome;