"okuvula"
7 occurrences in ZUL
Ngahlukanisele onke amazibulo , konke okuvula isizalo phakathi kwabantwana bakwa-Israyeli, kubantu nasezinkomeni; kungokwami.
wodlulisela kuJehova konke okuvula isizalo nawo onke amazibulo ezinkomo onawo; amaduna onke azakuba ngakaJehova.
Kwathi uFaro evuma kalukhuni ukuba sihambe , uJehova wabulala amazibulo onke asezweni laseGibithe , amazibulo abantu namazibulo ezinkomo; ngalokho ngiyahlabela uJehova konke okuvula isizal o okungamaduna; kepha onke amazibulo amadodana ami ngiyawahlenga.
Ngokuba mina nginikiwe wona phakathi kwabantwana bakwa -Israyeli; esikhundleni sakho konke okuvula isizalo , amazibulo abo bonke abantwana bakwa-Israyeli, ngizithabathele wona.