Amadodana kaJoweli : nguShemaya indodana yakhe , noGogi indodana yakhe, noShimeyi indodana yakhe,
noBela ka -Azazi kaShema kaJoweli , owahlala e -Aroweri kwaze kwaba seNebo noBali Mehoni.
Yilaba ababemi namadodana abo : kumadodana amaKohati : nguHemani, umhlabeleli, kaJoweli kaSamuweli
ka-Elkana kaJoweli ka-Azariya kaZefaniya
AmaLevi ayesebeka uHemani indodana kaJoweli , nakubafowabo u -Asafa indodana kaBerekiya , nakumadodana kaMerari , abafowabo, u-Ethani indodana kaKushaya,