Izibusiso zikayihlo zinamandl a kunezibusiso zawokhokho bami, kuze kube semkhawulweni wokugcina wezintaba ezimiyo ; ziyakuba phezu kwekhanda likaJosefa phakade, nasokhakhayini lwakhe owahlukaniswa nabafowabo.
nezingelosi ezingagcinanga ubukhosi bazo , kodwa zalishiya ikhaya lazo , izigcinele ukulahlwa kosuku olukhulu ngezibopho ezimiyo phansi kobumnyama,