Obaba bethu babekwethemba; babethemba, wena wabakhulula.
Wabasindisa esandleni sababazondayo, wabakhulula esandleni sesitha.
Kaningi wabakhulula ; kepha bahlubuka ngecebo labo , bawiswa phansi ngobubi babo.
Base bekhala kuJehova ekuhluphekeni kwabo; wabakhulula ezinsizini zabo.
Base bekhala kuJehova ekuhluphekeni kwabo, wabakhulula ezinsizini zabo.
Base bekhala kuJehova ekuhluphekeni kwabo; wabakhulula ezinsizini zabo.
Wathuma izwi lakhe, wabaphilisa, wabakhulula emathuneni abo.
Base bekhala kuJehova ekuhluphekeni kwabo, wabakhulula ezinsizini zabo.