Skip to Content

"olungasemuva"

7 occurrences in ZUL

Ohlangothini lwetabernakele olungasemuva ngasentshonalanga uyakwenza amapulangwe ayisithupha.

nemishayo eyisihlanu yamapulangwe akolunye uhlangothi lwetabernakele , nemishayo eyisihlanu yamapulangwe asohlangothini lwetabernakele olungasemuva ngasentshonalanga,

Uhlangothi lwetabernakele olungasemuva ngasentshonalanga walwenzela amapulangwe ayisithupha.

nemishayo eyisihlanu yamapulangwe olunye uhlangothi lwetabernakele , nemishayo eyisihlanu yamapulangwe etabernakele ohlangothini olungasemuva ngasentshonalanga.

Yonke indawo lapho amathe onyawo lwakho eyakunyathela khona iyakuba ngeyenu, kusukela e hlane naseLebanoni naseMfuleni , umfula u -Ewufrathe, kuze kube selwandle olungasemuva, lube ngumkhawulo wenu.

Kwathi ngalezo zinsuku kungekho inkosi kwa-Israyeli, kwakukhona umLevi othile owayegogobele ohlangothini olungasemuva kwezintaba zakwa - Efrayimi, owazithathela isancinza eBetlehema Juda.

Wathi kulo : Siyadlula sivela eBetlehema Juda , siya ohlangothini olungasemuva kwezintaba zakwa-Efrayimi; ngivela khona; ngaya eBetlehema Juda; sengiya endlini kaJehova , kepha akukho muntu ongamukela en dlini yakhe.