Wathi kuye: Konke okushoyo ngiyakukwenza.
Manje, ndodakazi yami , ungesabi; ngiyakukwenzela konke okushoyo , ngokuba wonke umuzi wabantu bakithi uyazi ukuthi ungowesifazane olungileyo.
Kodwa waphika phambi kwabo bonke, wathi: Angikwazi lokhu okushoyo.
Kepha waphika wathi : Angikwazi, yebo, angikuzwisisi okushoyo ; waphumela enkundleni; lakhala iqhude.
Kepha siyazi ukuthi lokhu okushoyo umthetho ukukhuluma kubo abasemthethweni ukuba yonke imilomo ivinjwe , izwe lonke libe necala kuNkulunkulu,
Uma kungenjalo , nxa ubonga ngomoya , lowo osesikhundleni sabangafundile angasho kanjani ukuthi Amen ekubongeni kwakho na , lokhu engakwazi okushoyo?