Lwakhula kwaze kwaba nasebandleni lasezulwini , lwaphonsa phansi okunye kwebandla, okwezinkanyezi, lwakunyathela.
Kwabekwa impi yokulwa kanye nomnikelo oshiswa imihla yonke ngesiphambeko: lwaphonsa phansi iqiniso, lwenza njengentando yalo, lwaba nempumelelo.