Kusona kwakukhona zonke izilwane ezinezinyawo ezine , nezinwabuzelayo zomhlaba, nezinyoni zezulu.
Kwathi ukuba ngiyigqolozele, ngabhekisisa, ngabona izilwane zomhlaba ezinezinyawo ezine, nezilo zasendle, nezinwabuzelayo, nezinyoni zezulu.
nenkazimulo kaNkulunkulu ongabhubhiyo bayiguqula ifane nomfanekiso womuntu obhubhayo , owezinyoni, nowezilwane ezinezinyawo ezine nezinwabuzelayo.